Iqembu lebhola lezwe lase Senegal libuyise ithemba kubantu base Africa ngokuthi kuzoba khona izwe elizodlulela kusigaba esilandelayo somzuliswano Ka 16 emdlalweni wendebe yomhlaba.
ISenegal iyiqale kahle imidlalo yayo njengoba ishaye iPoland NGO 2-1 nokuyenza izwe lokuqala lase Africa ukunqob kulemidlalo njengoba amazwe afana no Tunisia, Morocco, Nigeria kanye ne Egypt bethole induku emidlalweni yabo yokuvula. Kanti vele sekungaba umlingo wodwa ongasindisa I Egypt njengoba izolo iphinde yathola isibhaxu sika 3-1 kosokhaya balemidlalo yendebe yomhlaba okuyi Russia.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment