Umrepha osemncane uMasta Tizzer wasendweni yaseKhiphunyawo ubona unyaka uzoba ngomuhle kakhulu kuye ngasekukhuleni endimeni yezokucula.
Lensizwa enguNduduzo Mdinisa ithi izokhipha I album yayo yokuqala nezobe inezingoma ze hip-hop nokulindeleke ukuthi ibekhona ingoma aziwa ngayo ethi iKusasa lakho naphinda ayikhipha okwesibili eseyenza nomculi kaMaskandi uNonkenyana.
"Ngizozama ukuyifaka emisakazweni ukuze idlalwe Khona, ngifuna nokuthi ngisebenze kanzima ukuze ngizoqashwa ezindaweni zobumnandi" kuchaza lensizwa nebuye I've ngumcwali wezinwele kwazise ekhaya kubo kuendawo yokucwala izinwele.
Wednesday, January 16, 2019
Wednesday, November 7, 2018
Bathe sebekhathele osonkontileka abancane basophongolo
Osonkontileka abancane basophongolo bamise yonke imisebenzi ekhiswayo kwamasipala wasophongolo bafuna u30% u subcontractor kosomabizinisi abancane bendawo. Bakhala ngokuthi yonke imisebenzi inikezwa abantu bokuhamba bona bengatholi lutho. Nokuthola I experiance abayitholi. Bazimisele ngokumisa onke ama briefing ukuqindezela umaspala ukuthi ashintshe amadocument befake u 30% subcontractor kosokontileka bendawo

Monday, October 8, 2018
Ufuna ukuba ngu masta we hip hop uMaster Tizzer
Nakuba beya ngokundlondlobala abaculi bomculo kamasikandi endaweni yaseNtumbane kanjalo naSekhiphunyawo akumenzanga washintsha umgqondo ngothando lomculo we Hip Hop uMaster Tizzer.
Lensizwa esencane enguNduduzo Mdinisa nephusha Ingoma yayo ethi 'ikusasa lakho' inesifiso sokuthi ngelinye Izibone isibalwa nabanye abaculi abahamba phambili kuleli ngomculo weHip Hop.
Nakuba ebhekene nezingqinamba zokuthola inkampani yokuqopha nezophinde imsabalalisele umculo wakhe akumnqindi amandla okoqhubeka nokubhala izingoma.
Ithalente lalensizwa ike yalikhombisa kumncintiswano kamasipala obizwa ngombele wethu ngonyaka ophelile kanjalo nakulonyaka. Kulabo abafisa ukumqasha azonandisa uma kunemicimbi uyatholakala ku delisi lomoya elithi athabinonku@gmail.com Nakunazi izinombolo zikamakhalekhukhwini 0799144550/0836874908

Saturday, July 21, 2018
Ubuholi obusha bukaKhongolose kusifundazwe sakwaZulu Natak
Nakuba kube namaginxiginxi ngesikhathi sekubhaliswa izithunywa ebezize kungqungquthela yesishayagalombili yenhlangano ka ANC kusifundazwe iKwazulu Natal azivimbanga ukuthi iqhubeke njengoba namuhla isinobuholi obusha nobuholwa ngunguMnuzane Sihle Zikalala njengosihlalo.
Kuqale izolo ebusuku ukuvotwa nalapho uZikalala engene ngo ngelethu kwesikasihlalo kwazise akabangisananga namuntu kwathi kwesikasekela sihlalo kuphumelele uMike Mabuyakhula nobesibanga no Willies Mchunu. KwesikaNobhala sithathwe nguMdumiseni Ntuli nobesibanga no Super Zuma. Kwathi esesekela nobhala sathathwa ngu ngu Sipho Hlomuka. UNkosikazi Nomusa Dube- Ncube naye ungene ngongelethu Kuwesikamgcini Mafa.
Lobuholi bulindeleke ukuthi bubhungule bukhankase kwazise ukhetho lukazwelonke selusemome.

Thursday, July 19, 2018
Uvundulula ithalente usonkondlo osemncane
Imbongi esencane yasendaweni yasoPhongolo u Senzo Mathebula inhlolokhono ebizwa nge Pongola Talent search ezoba eNtuthuko Sport Ground kusasa ekuseni.
Ngokusho kukaSenzo nobambisene nesiteshi somsakazo esitholakala Ku internet nesibizwa ngo Radio Ulundi lenhlolokhono izobe iqondene nalo lonke uhlobo lomculo. Nokuyothi oyophumelela kuwo bese ethola ithuba lokuthi atholelwe inkampani azoqopha kuyo kusabalaliswe nomculo wakhe kuziteahi zomsakazo ezweni lonkana.
Ababukeli bazongena mahhala bese abazozama inhlanhla bazokhokha uR30.

Uwole inqwaba yemiklomelo uNyathama kweyeZimnyama
Umdlali waseswini weqembu le Orlando Pirates uMusa Nyathama uwole imiklomelo emithathu emikhulu kumcimbi wokuklomelisa abadlali baleliqembu lika baba uDokotela Irvin Khoza nobubanjelwe egoli ngokuhlwa kwanamuhla.
Lomcimbi osuka ungukuklomelisa abadlali abenze kahle kusizini yonke ephelile bekulindelwe ukuthi azitamuzele uNyathama nofike washisa izikhotha kuleliqembu laseSoweto nelimthenge Ku Celtic ngokuqala kwesizini ephelile. uNyathama uqokwe njengomdlali wonyaka waphinda waba ngumdlali okhethwe ngabadlali waphinda wakhethwa ngabalandeli njengomdlali wonyaka.
Isiyonke imiklomelo ihambe kanje

Orlando Pirates Player Awards 2017-18:
Player of the Season: Musa Nyatama
Player's Player of the Season: Musa Nyatama
Fans' Player of the Season: Musa Nyatama
Chairman's Award: Happy Jele
Shield Development Player of the Season: Augustine Mahlonoko
LG Reserve Player of the Season: Samuel Nkomo
Golden Glove award (most clean sheets): Wayne Sandilands
Adidas Golden Boot: Luvuyo Memela
Caltex Goal of the Season: Augustine Mulenga (2-1 win v Bloemfontein Celtic, Orlando Stadium, April 4, 2018)
Shield Prospect of the Season: Innocent Maela
Iyaqala namuhla ingqungquthela yobuholi bukaKhongolose eKZN
Onke amabombho abheke eThekwini kubaholi bezifunda zenhlangano Ka ANC kwazise namuhla kuqala ingqungquthela yobuholi balenhlangano kulesifundazwe.
Lengqungquthela eza emva kokuhlakazwa kobuholi obabukhethiwe phambilini nobabuholwa nguMnuzane Sihle Zikalala nokwabikwa ukuthi babungakhethekile ngendlela, kulindeleke ukuthi lengqungquthela iphothulwe ngomgqibelo eNyuvesi yaseThekwini nebizwa ngeDurban University of Technology. lengqungquthela isibuya isibili kwazise ngenyanga kaMay yahlehliswa ngosuku okwakumele iqale ngalo emva kwesigetshana sabalandeli nayo abafaka isikhalazo enkantolo sokuthi ingaqhubeki nangempela yabavuna inkantolo.
UMnuzane Sihle Zikalala nowayengusihlalo walenhlangano kulindeleke aphinde alungenele ukhwtho njengosihlalo.

Subscribe to:
Posts (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
Mfundisi Sabelo Shongwe Apostolic Church - oPongolo Ukuthula akube nani bazalwane. imphela lolu,usuku oluhle iNkosy uJesu asenzele lona...
-
Umculi wekwaito u Busiswa uzozwakala ku album ka Beyonce ethulwe namuhla nglwesihlanu esihloko esithi Lion KIng -The gift, lentokazi yodum...
-
Kubobonke abathandi bebhola uma bexoxa alisali igama lika Sphelele 'mfanakagogo' Ntshangase obaba njengopelepele wezinyoni kulezin...