Umrepha osemncane uMasta Tizzer wasendweni yaseKhiphunyawo ubona unyaka uzoba ngomuhle kakhulu kuye ngasekukhuleni endimeni yezokucula.
Lensizwa enguNduduzo Mdinisa ithi izokhipha I album yayo yokuqala nezobe inezingoma ze hip-hop nokulindeleke ukuthi ibekhona ingoma aziwa ngayo ethi iKusasa lakho naphinda ayikhipha okwesibili eseyenza nomculi kaMaskandi uNonkenyana.
"Ngizozama ukuyifaka emisakazweni ukuze idlalwe Khona, ngifuna nokuthi ngisebenze kanzima ukuze ngizoqashwa ezindaweni zobumnandi" kuchaza lensizwa nebuye I've ngumcwali wezinwele kwazise ekhaya kubo kuendawo yokucwala izinwele.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...

No comments:
Post a Comment