Umculi wase Baffalo River nokuyidolobhalase Mpuma koloni u Luyolo Yiba unqobe umncintiswano wama IDOLS alonyaka emcimbini obuyizolo eCarnival City.
Lomculi ubesesele neNtokazi yase KZN u Sneizy nokuke kwasuka omkhulu umsindo ngaye ukuthi ubenokuhlukumeza amawele akwa Qwabe nawo abezozama inhlanhla kulomqhudelano nosekungumlando ukuthi kwathi kungaphuma elilodwa nelinye lathi liyamlandela udadewabo.
Emva kokunqoba lomcintiswano lensizwa eneminyaka engu 24 izihlobulele ngenkontileka yokuqopha mahhala enkampanini i Gallo Music, imali engu R1 Million, Huawei Matebook X, iwashi lakwa GT, Imoto iFord Fiesta, i B525 Router ehambisana namadata angu 2o gigs akwa Telkom, ivoucher yokuthenge izimpahla kwa Truworths yenani lika R80000 kanye nemali engu R80000 yokuthenga izinsimbi zomclu zakwa Yamaha. lensizwa ibukeka izinto zaye ziyihambela kahle ngoba nengoma yayo ethi Sunshine through the rain yenza kahle kuma iTunes njengoba ilele endaweni yesibili.
Ngokomlando wama Idols u Luyolo ungowesithathu wesilisa ukunqoba lomncintiswano njengoba kwaqala uKhaya Mthethwa kwalandela uMusa Sekwene
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...

No comments:
Post a Comment