Isikhwishikhwishi somdlali waseswini nodabuka oPhongolo uSphelele 'Starch' Ntshangase unethemba lokuthi uzolulama ngokushesha nokuzombeka emathubeni okuyomela iningizimu Africa emdlalweni yama olympic eRio de Janerio kwelase Brazil.
UNtshangase ogijima kuBlack leopard walimala kabuhlungu ngesikhathi iqembu lakhe libhekene ne Mbombela United.
Lensizwa engu kaputeni we Leopard izohlala amaviki ayisithupha ingalikhahleli ibhola. Ekhuluma ne NPG newsblog uthe " ayi njayami ngizobuya kungekudala ngoba sengigconywana akusafani".
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...

No comments:
Post a Comment