UNdunankulu wakwaZulu Natal uMnu Senzo Mchunu uaememezele Ukuthi bonke abasebenzi abasebenza eminyangweni eyahlukene kuhulumeni abakweleta u NSFAS kumele bayikhokhe ukuze kuzosizakala nabanye abafisa ukuhlomula kulesikhwama.
Ilinganiselwa ku R400 Million imali esakweletwa ilabasebenzi nababalelwa ku 15663, nokuvela ukuthi ikwaZulu Natal isona sifundazwe esinenani elikhulu labantu abakweleta lesikhwama esisiza abafundi.
UMchunu uthe bazosebenzisana noMnyango wezemfundo ephakeme kanjalo nabaqoqi bentela okungu SARS ukuqoqa lemali kulabo abakweletayo.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment