Ibandla lase TACSA neliholwa uMfundisi M.J Mbokane lisasazoqhubeka nokuletha ubumnandi entsheni yalelibandla kanjalo naleyontsha efisayo ukuzibandakanya.
Ngokusho kuka Khulekani Khumalo nodume ngelika Reemza ukuqinisekisile ukuthi kulonyaka lizobe liphakeme izinga uthe "Noma kungekhona ukuzijuxuza kwezwe ,injongo :ukukhuthaza banta basha kuthi nangapha enkosini ungazijuxuza ngaphandle kophuzo oludakayo,ukwakha ubunye kuthi uma omunye muntu omusha esenkingeNi angafi sikhona ukuze sisizane kwazise siyadingana ,nokugqugquzelana ngempilo nje"
Lombuthano walelibandla obanjwa njalo ngosuku lwentsha okuwu 16 June ngonyaka nalapha kwenziwa izinto ezinhlobonhlobo nalapha athe uKhumalo "noma ngeke ngalande lanisa ngoba ezinye izinto ezizokwenziwa abazalwane baziletha ngosuku lokugcina kodwa okwamanje sisanazi izinto ezisazibekile etafuleni,
~Talk show /discusion ~word of
God tems:music,poetry, mind games inhloso ngqangi ukuba wonke umuntu ongaphakathi endlini ezibandakanye njengoba kwezinye izikhathi kuyaye kube nemiklomelo kulawo maqembu asuka enqobile"
Lomgubhu oheha inqwaba yentshayamabandla ehlukene kwazise ngonyaka ophelile kwakuvakashe ibandla le CFCI yakhona belu eNcotshane
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...

No comments:
Post a Comment