Amakhasimende asebenzisa isixhumaniso sezomoya sakwa MTN angazithola ehleka odwa ikakhulukazi lawo athenga izigqi zomoya(data bundles) nemilayezo emfishane (sms) akalelwe ukuphela ngosuku.
Isikhulu esiphezulu sakwa MTN sithe basezinhlelweni zokubuyisela izigidigidi zabo bonke laba abangakwazanga ukusebenzisa lezizinto ezibalulwe ngenhla ngomSombuluko ngesikhathi kuvele kungqi kuzozonke izinto ezaziphathelene no MTN.
Amakhasimende akwaMTN ayekhala ngazwi linye ngomsombuluko kanjalo nangolwesibili ngesikhathi bengakwazi ukusebenzisa lesixhumanisosezomoya. Nokwathi ngawo belu uMsombuluko wakhipha isixoliso u MTN sokuthi bekusalungiswa lenkinga yokuthi ngqikwezinto.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment