Isihlabani somculo eokholo uSfiso Ncwane sizofihlwa ngomgqibelo/ Sabatha emathuneni ase Heroes Acre eThekwini.
UNcwane nodlule ngokukhulu ukuzuma emhlabeni ngoMsombuluko uzofihlwa nezinkakha ezifana no Senzo Meyiwa owayengunozinti we Orlando Pirates nowadutshulwa ngo 2014 neNtatheli u Nat Nakasa okwafihowa amathambo akhe kwazise wayengcwatshelwe phesheya kwezilwandle emva kokufudukiswa uhulumeni wobandlululo kuleli.
Izinkonzo zizoba seGoli kanjalo naseThekwini zeßikhumbuzo saleliqhawe nebelibuye laziwe ngokuthi ngu Mr Six Fingers kwazise ubenomhlaza.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
Mfu Sabelo Shongwe Apostolic Church "zimbili izizathu ezidala inhlukano noma ukuqembuqembuka kwebanadla likajehova esokuqala...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Esikhathini esiningi makushada abantu abasha kuyaye kube nezinto eziningi emshadweni wabo ezifakazela ukuthi laba abashadayo basebasha kanja...

No comments:
Post a Comment