Ukhala ezimathonsi umndeni wakwa khumalo ngokudutshulwa kwe khansela lakwa wadi 7 ophongolo kwalubisi
Umdeni nomphakathi wakwakhumalo ophongolo kwalubisi ku wadi 7 ukhala ezimathonsi izinyembezi ngokulahlekelwa yi khansela uCLL P Khumalo. Lokhu kwenzeke ngemuva kokuthi ehlaselwe ngamadoda angaziwa emzini wakhe. Lapho befike bamudubula khona amahlandla amane kuthe kusenjalo base behlahlela ikhanda. Abafikanga esbhedlela wabe eseshonela endleleni. Amaphoyisa asaphenyangaloludaba lesigameko senzeke izolo ebusuku phakathi kuka 9pm emzini wakhe.
Umphakathi uyacelwa ubambisane namaphoy..isa ekutholakaleni kwalezigila mkhuba
Saturday, December 17, 2016
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
Mfundisi Sabelo Shongwe Apostolic Church - oPongolo Ukuthula akube nani bazalwane. imphela lolu,usuku oluhle iNkosy uJesu asenzele lona...
-
Umholi we-ANC Women’s League esifundeni saseMzala Nxumalo, uNkosikhona Mdlalose, udlule emhlabeni engozini yemoto ebuya engqungqutheleni ya...
-
Kuphinde kwaba nokuthuthana ngamandla phakathi kwe EFF nabezokuvikela ephalamande izolo ebusuku ngesikhathi kuzokwethulwa inkuluma yesizwe p...
No comments:
Post a Comment