Monday, December 19, 2016

UBABA MOKOENA UTHI FUNDA IBHAYIBELI LAKHO MUNGAFUNI UKUDLIWA NGAMASONTO.

 ubaba mokoena obuye abe ngumholi webandla le Akona uthi abantu abayeke ukukhipha okweshuni ngoba kungumthetho ongabalelwe emseni, ivangeli likaKristu alisivumeli ukuba siphile emthethweni kamose  abantu kumele bazi ukuthi uJesu weza ukuzokhulula abantu phansi komthetho Galatians chapter 4vs4-5..abacacelwe ukuthi bakhululiwe emthethweni sebephila emseni john 1vs17.umthetho wanikezwa ngomose umusa neqiniso ngoJesu. Okunye abantu abazi ukuthi isiphetho somthetho uKristu Rome10vs4..ngalokho-ke bonke abafuna ukulungisiswa ngomthetho bawile emseni bahlukene noKristu Galatians chapter 5vs4...

ubese uyavulela abantu ithuba lemibuzo ngikuthi babhale kumakhomenti ngaphansi nemibuzo yabo ukuze bacaciseleke.

No comments:

Akasekho emhlabeni uMampintsha

Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...