uSfiso Dlamini nodume ngelika DJ Feleba ongumklwebhi mapuleti phecelezi DJ uphinde wadedela enye ingxube yamaculo eHouse as his a izikhotha kulonyaka.
Ekhuluma me NPG newsblog uthe lengcume izolanywa I single ezophuma ngoNhlolanja nayihlanganisa nomunye umculi osazama ukuvela ezweni wasoPhongolo obizwa ngoNomzamo.
Nakuba ebuye ebe matasa nomsebenzi kwazise ungumeluleki wezezimali kwenye inkampani yomshwayilense uphinde wakuveza ukuthi uzobe emningi ezindaweni zobumnandi kwazise ziningi aqashelwe ukuyodlala kuzo kanjalo uzoba nezingxoxo emisakazweni eminingi yomphakathi ngalesikhathi sokuzijabulisa samaholidi okuphela konyaka.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
Bewumbonga ngokukluluza umnikazi wamacwecwe angumkokotelo abephulwa ngamaphoyisa edolobheni lasoPhongolo endaweni eyingoje ebizwa ngokuthi k...
-
Usathuka izanya umphakathi wesinye zezigodi zasendaweni yakwaCeza budebuduze nedolobha lasoLundi emva kwesigameko ezinyantisa igazi sokuqoth...
-
Mfundisi Sabelo Shongwe Apostolic Church - oPongolo Ukuthula akube nani bazalwane. imphela lolu,usuku oluhle iNkosy uJesu asenzele lona...
No comments:
Post a Comment