Iqembu leBatoka FC likhiphe isitatimende esithi kuzobe kudayiswa esidlangalaleni amakhokho onozinti wayo u Oscar Masaluke ngomhlaka 22 kulenyanga emdlalweni waleliqembu ne Sundowns.
Lamakhokho ilawo ayegqokwe ilonozinti emdlalweni weBaroka ne Orlando Pirates nalapho ashaya Khona igoli ngeqethuka usuyophela umdlalo nelaholela ekutheni umdlalo uphele ngo1-1 nokwakungumdlalo weLigi owawubanjelwe e Orlando Stadium ngolwesithathu ngeviki eledlule.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
Obengumqeqeshi weqembu la Mazulu FC uBennie McCarthy usehlukene ngesihle naleliqembu lika Mnumzane Sandile Zungu. UBennie nosabambe umklome...
-
UMasipala wasoPhongolo udle umhlanganiso ngokuba nguMasipala ohlanzekile kunabobonke oMasipala basezindaweni zaseMakhaya esifundazweni sakw...
-
Kubikwa ukuthi uMongameli wezwe uMnu Jacob Zuma uyocela isihlobo esihle kusithandwa sakhe seminyaka esakwa Magwaza eNquthu. Lezindaba ezix...
No comments:
Post a Comment