Intombazanyana elinganiselwa eminyakeni eyishumi nesine ilimale kanzima ngesikhathi ishayiswa imoto endaweni yakwashoba oPongolo. Lengozi yenzeke emgwaqeni owubhuqu eduze nedibhi lendawo namuhla emini. Lentombazanyana ibese iphuthunyiswa esibhedlela yimoto yosizo oluphuthumayo phecelezi I Ambulance
ufihle ngesizotha owatholakala edindilizile kwashoba
Lomgwaqo ubukeka ujwayelwa izingozi ngoba evikini kube nemoto yohlobo lweCorsa eliyisikelengane elishaye ungqimphotho kuyo lendawo kanti ezinyangeni ezimbalwa ezedlule kwaphangalala owesifazane ngesikhathi ewa emotweni nokwathi makuqhamuka enye imoto yagijima phezu kwakhe.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment