Kubukeka kusekude ukuphela kwezinkinga ezikhungethe iqembu leNFP emva kokuthi lishone elayizolo sekuxoshwe amakhansela awu 99. Yilowo ongusihlalo waleliqembu kwaZulu Natal uMnu Vikizitha Mlotshwa ngoba ewasola ngokungasebenzi.
Lamakhansela axoshiwe alandela abanye abaholi baleliqembu abaxoshwa okungu Nobhala Jikelele uSolwazi Nhlanhla Khubisa, usekela Meya waso Phongolo uMnu JB Ngema, Maliyakhe Shelembe, Ericson Zungu no Nkosikazi Sindi Maphumulo-Mashinini. Leliqembu ligibekelwe izinkinga selokhu kwagula uMoli walo uNkosikazi Zanele Magwaza Msibi ekuqaleni kwalonyaka
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment