kungaka pheli maseko izwe lisalila ngokudlula emhlabeni kwezihabani zikaqedusizungu ezinjengo mama Nonku Nkonyeni no Mark uButchelor kuphinde kwagadla njengoba izolo kusihlwa kudlule esinye isihlabani somculo obuxube ipop no Maskandi u Jonny Clegg ngenxa yesifo somdlavuza noshonele emzini wakhe osegoli Goli.
uSkeyi woza eshobeni kwazise bekuyigama abaziwa ngalo endimeni uClegg ubesendimeni somculo eside isikhathi kwazise waqala ukucula ngeminyaka Yamaha 80s endimeni elalibizwa ngesavuka nelagcina lihlakazeka nokwathi makuqhubeka isikhathi wasungula elinye elalibizwa ngesavuka
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...

No comments:
Post a Comment