Ligcine liphumelela iphupho lokuyodlala phesheya lobegijima kuMamelodi Sundowns uKeagan Dolly emva kwenzukanayikeyi yenkontileka neqembu lasePitoli abelidlalela.
Lishone elayizolo lowo ongumphathi wezindaba zika Dolly uMnuzane Paul Mitchell esekuqinisekisile ukuthi lomdlali useyogijima Ku Montpellier egijima kuligi enkulu yase France nokubikwa ukuthi ihlukane no 1.7 Million wama Euro.
Undaba kaDolly ibisidonse isikhathi eside kwazise ompetha base Africa okuyi Mamelodi Sundowns ibikhala ngokuthi kwabakhona iphutha ekubhalweni kwenkontileka nokwaholela ekutheni udaba luze luyojika nasenkantolo yezamacala ye PSL.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...

No comments:
Post a Comment