Ukaputeni wezwe lase Zimbabwe uWillard Katsande uvele wamangaza izinkumbi zabantu izolo ebusuku ememezela ukuthi angeke esalidlalela iqembu lesizwe laseZimbabwe.
Lomdlali ogijima ku Kaizer Chiefs usho lokhu emva kokuphuma kabuhlungu kumqhudelwano we Afcon ebanjelwe e Gabon. IZimbabwe iphume kusaphuma ikhwezi kulomqhudelwano emva kokudlala kuqoqo lesibili nalapha eyavula khona ngo 2-2 idlala ne Algeria yabuya yazothola isibhaxu sika 2-0 ku Senegal kwase kuthi izolo yabhulelwa esakeni yi Tunisia ngo 4-2.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...

No comments:
Post a Comment