UMrepha wakuleli uJabulani Hadebe nodule ngelikaSjaiva idle umhlanganiso kumiklomelo yaseMelika ebizwa ngokuthi I BET nabebanjelwe eLos Angeles kulona lelazwe ngempelasonto
Lensizwa edabuka endaweni yase Bergville ibiqokwe emnxeni womculi wangaphandle othandwe ngababukeli nalapho ibiqhathwe nabanye abase Africa noswkungumlando ukuthi izidlele amahlanga lensizwa eziqhenyanyo ngenkolo yayo yobuNazaretha kwazise nakuyo lemiklomelo ibigqoke iconsa ngezembatho ezivame ukubokala zigqokwe ngabesilisa abakhinza ekuphakameni okuyintolibhantshi ishethi elimhlophe ibheshu kanye namadavathi wase ephatha isicephu
Monday, June 25, 2018
Usinde ngokulambisa umongameli wasezimbabwe
Umongameli wesikhashana wasezweni lase Zimbabwe uMumzane Emmerson Mnangwagwa usinde ngokulambisa ngesikhathi kuqhuma ibhomu endaweni abezothula kuyo inkulumo ngempelasonto kulo leliyazwe.
Lomonakalo udlule nemiphefumulo yabantu ababili yalimaza inqwaba yabanye abantu abebekhona ngesikhathi kwenzeka lesigameko nesethuse abantu abaningi kwazise lelizwe libheke okhethweni emva kokutetulwa kombuso kaRobert Mugabe nobesephethe lelazwe iminyaka engaphezu kwamashumi amathathu nanhlanu.

Tuesday, June 19, 2018
Ibuyuse ithemba lase Africa I Senegal
Iqembu lebhola lezwe lase Senegal libuyise ithemba kubantu base Africa ngokuthi kuzoba khona izwe elizodlulela kusigaba esilandelayo somzuliswano Ka 16 emdlalweni wendebe yomhlaba.
ISenegal iyiqale kahle imidlalo yayo njengoba ishaye iPoland NGO 2-1 nokuyenza izwe lokuqala lase Africa ukunqob kulemidlalo njengoba amazwe afana no Tunisia, Morocco, Nigeria kanye ne Egypt bethole induku emidlalweni yabo yokuvula. Kanti vele sekungaba umlingo wodwa ongasindisa I Egypt njengoba izolo iphinde yathola isibhaxu sika 3-1 kosokhaya balemidlalo yendebe yomhlaba okuyi Russia.

Monday, June 18, 2018
Ayiqale ngebatha amajalimane eyendebe yomhlaba
Ompetha bendebe yomhlaba iGermany iyiqale ngenduku imidlalo yendebe yomhlaba ngesikhathi ithola induku Ka 1-0 ishaywa izwe lase Mexico.
Lomdlalo obubhekwe ñgabomvu kwazise lamazwe adlalile kumidlalo ye confederation cup ngonyaka odlule nalapha iMexico yathola induku Ka 4-1 emdlalweni wamanqamu bekulindeleke ukuthi kungenzeka yini iziphindiselele iMexico noma izihambele kalula iGermany.
Abafana base Mexico bashaye igoli ngomzuzu ka 22 nokube umgundatshani oshaywe ngu Lozano nelibe is imbelambelane kwaze kwayo phela umdlalo nokwale ngisho amajalimane esehlasela onke ngio nonozinti wawo uNeur.
Kanti komunye umdlalo obubhekwe ngamehlo abomvu i Switzerland ibambe iBrazil ngo 1-1. Komunye futhi umdlalo iSerbia ishaye iCosta Rica ngo 1-0. Kanti nezwekazi lase Africa liqhubekile nokuba isixhwa kulemidlalo njengoba iNigeria ithole induku Ka 2-0 Ku Croatia.

Sunday, June 17, 2018
Izophinde ivalwe ngegiya eliphezulu inyanga yentsha oPongolo
Umhleli wemicimbi yobumnandi uMuzi Mathe nodume ngelika Spectacular uthi kubukeka kuzohamba ngohlelo kumcimbi awuhlelile nozoba sekupheleni kwenyanga ephezulu uJune nozoba endaweni ebizwa ngokuthi iMthoba House nokuyindawo ewushisa nyama elaphaya encotshaneencotshane kusigceme sakwa A.
Lomcimbi osekuwunyaka wawo wesibili wenzeka kwazise ngonyaka odlule wawusendaweni yokuzijuxuza iNgwane park. Ngokusho kuka Muzi lomcimbi uzobe uhanjelwe umholi wentsha uMfanufikile Nxumalo ozone ezogqugquzela intsha nokuyiqwashisa ngezinto eziningi.
Ayizukugcina ngokuqwashiswa kuphela intsha kepha izobuye izijabulise ngomculo ozobe udidiyelwa ngo DJ abehlukahlukene. Njengoba lomcimbi uzobe ungomhlaka 30 kuzobe kuwu R20 ukungena bese ukuzohlala endaweni yezicubuthwane uR30

Saturday, June 16, 2018
Uvele wagwazinxaba zibekwa uMessi
Balale bedumele abalandeli bebhola basezweni lase Argentine nabandeli bomdlali ongomunye wabahamba phambili emhlabeni u Lionel Messi ngesikhathi iqembu lesizwe linomdlalo wokuvula ne Iceland kuqoqo labo emidlalweni eqhubekayo ye world cup eRussia.
Lomdlali weBarcelona ubanjelwe I penalty ngesingesiwombe sesibili kanti vele umdlalo bekusengu 1-1 nogcine upheld ngawo. Uhluleke wancama ezama ukugqobhoza udonga Lee Iceland nobekungokokukuqala ukuthi izodlala kundebe yomhlaba

Kubukeka sisazoyigudla imbilaphu ngenxa kaphethilolo
Kungakapheli namasonto amangaki kunyuke intengo kaphethilolo ways wayokhuza kuR15 ilitha kunemibiko ethi kuzokwenzeka ngenyanga ezayo uphinde wenyuke ngo 32cents ilitha nokuzowenza uyohlala kuR16 ngelitha.
Nakuba zingakayithi vu iziphathimandla zalelizwe ngalamahemuhemu kubukeka umphakathi usuqalile ukuzwela kulokunyuka kwentengo kaphethilolo kanjalo nalena ekhokhwa izakhamuzi ebizwa nge VAT nenyuke yayohlala ku15%.

Subscribe to:
Posts (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...