Nakuba ematasa ngimsebenzi wokuba ngumfundi wezindaba emsakazweni iNongoma FM kepha akumvimbi ukuba alule isandla kulaba abadinga usizo uNkosazane Nonhlanhla Nxumalo ongumsunguli wenhlangano engenzinzuzo ebizwa nge Angels Charity.
Lentokazi edabuka endaweni yase Vryheid esigodini sakwaFuduka miningi imisebenzi emihle eyenzela umphakathi njengoba ngenyanga edlule ubevakashele esibhedlelkwaNongoma nalapha ayenokhisimuzi okhethekile nezingane ezihlala ngaphakathi kulesibhedlela ngenxa yezimo ezahlukene zezempilo. Kulomcimbi odado bazititilizela izinto zokudlala, izimpahla zokugqoka kanjalo nezinto eziningi ezishiywa kubo.
Ekhuluma ne NPG news uNonhlanhla uthe kusasekuningi asafisa ukukwenzela labo abadinga usizo kwazise akabuthi quthu ubuthongo uma eke wabona umuntu edinga usizo.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment