Umqeqeshi we Ajax Cape Town uMuhsin Ertugral ubize uMqeqeshi we Cape Town City uBennie McCarthy ngomfana omncane osazokhula.
Labaqeqeshi bahlohlolozane ngeminwe kwashoda ozogadla ngesikhathi kunomdlalo wabakhaya baseKapa lodumo phakathi kweAjax Cape town he Cape Town city nosekuwumlando ukuthi uphele 1-0 ngegoli elishaywe ngu Martin.
Lempi yamazwi equbuke kulabaqeqeshi idaleke ngesikhathi umdlali we City uKwanda Mngonyama engena enkundleni engakaphumi uMartin ngesikhathi beshintshana nalapha ethe uErtugral badlalisa abadlali ababayishumi nambili.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment