Iphinde yagqemeka uduma lengozi imboni yezomculo kuleli ngokudlula kwengqalabutho yomculo weJazz uHugh Masekela obeseneminyaka engu 78.
UBra Hugh nobedume kanjalo kubathandi bomculo udlule emhbeni ngokusa kwanamuhla ngenxa yesifo somdlavuza kapopopo. Lenqgalabutho neyake yaganwa uMiriam Makeba naye osewendela kwelimagade ahlabayo naye owayengumculi we Afropop.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment