Kubikwa ukuthi kujajuliswe iziboshwa zasejele elibizwa ngokuthi I Johannesburg Medium B Prison ngesikhathi kunombungazo wenyanga yentsha ngempelasonto edlule.
Kubikwa ukuthi kutheleke izintokazi ezimbili ebezigqoke izimpahla eziveza umzimba zazodansela iziboshwa. Kuthe kusa namuhla bekusabalele izithombe zalaba besifazane bebonakala bethintathinta isiboshwa ezinye zibukela. Okhulumela umnyango wezokuhlumelelisa isimilo uMnuzane Logan Miestry usiqinisekisile lesigameko waphinda wabalula ukuthi kunabasebenzi abayishumi nantathu abazophoswa imibuzo ngalezithombe neziqale ukuvezwa ngu DJ Fresh ekhasini lakhe Lika Twitter.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment