Iqembu le Democratic Alliance likhiphe umbiko wokuthi lowo owayengumholi walo uNkosikazi Helen Zille umisiwe emva kokuthi abhala encoma uhulumeni wamakhamandela ukuthi wasebenzi umbuso wakhe kwazise iningi inqala sizinda eyakhiwa ngalesosikhathi.
Imibiko ekhishwe ileliqembu ngomlomo womholi wayo uMusi Maimane ithe kumiswe umaZille kuzonazonke izinhlaka zeqembu ngaphandle kwesikhundla sokuba uNdunakulu wesifundazwe saseNtshonalanga kapa. Nakuba bese kusabalele ukumiswa kuzona zonke izinhlaka zaleliqembu kukaZille kuphinde kwavela eminye imibiko ethi unikwe iziƱsuku ezintathu ukuthi aphendule ukuthi kungani angeke emiswe eqenjini.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment