Umfundi wesifazane nowenza ibanga leshumi ofunda kwesinye sezikole zaseMahlabathini uphuthunyiswe esibhedlela emva kokuzam ukuzibulala ngokuphuza okusaketshezi ebizihlanganisele yona egumbini lezesayenzi elikulesikolwe.
Imibiko ithi lomfundi washaywa ngogesi wempama eshaywa ngomunye uthisha ngoba embuza ukuthi akagundile ngani ekhanda nokwaholela ekutheni lomfundi evuke indlobane nokwaholela ekutheni bemthathe beyomvalela kuleligumbi lezesayenzi nalapho azama khona ukuzibulala.
Ngokwemibiko uthisha nhloko kuthiwa akaze abikelwa ngaloludab.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment