Kubukeka iya kude impi phakathi kwamaciko amabili akuleli ongumdidiyeli nobuye abe ngumklwebhimapuleti u Black coffea nomculi we hiphop u AKA emva kokuthi uBlack Coffea eshaye ngogesi wempama umphathi ka AKA komunye womcimbi obuse Limpopo.
Lomphathi ushaywa nje kuthiwa ungene esteji ehamba nabanye bafika baphazamisa umsindo sekudlala uBlack coffea nokuholele ekuqagulisaneni ngamazwi nokuphethe ngokuthi kuqhume ulabhabha.
Emva kwalesisigameko kuqale impi yamazwi kutwitter phakathi kuka AKA no Black coffea.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment