ingwenyabeyidonsa oPongolo" Lana ngamazwi abevame ukuzwakala kuzozonke izinhlelo lapha kuvulelwe abalaleli ukuba baphawule oKhozini Fm.
Insizwa ebidume ngeleNgwenyabeyidonsa oPongolo nogama layout langempela Ngumuzikayifani Ngwenya ayisekho emhlabeni indlule ezintatha namhlanje ngesonto. Lezindaba ziqinisekiswe nguMnu Mbongwa Simelane nothe "yiqiniso impela akasekho umfethu usishiye namuhla ekuseni ngezithuba zehora lesine ekuseni, ngiye ngafika khona ekhaya kwaNgwenya ngiyodelisa inhliziyo, ukufa kuyinuku ngoba lezinsizwa zakwaNgwenya zifana nabafowethu Mimi" kuphetha uMbongwa nodume ngoMbongwa Simelane OPongolo naye ongomunye wezilomo ezipjawulayo oKhozini FM kanjalo nakuyo iNPG Newsblog.
Abaningi bazomkhumbula uNgwenyabeyidonsa ngesikhathi isaqala iNPG Newsblog evame ukuphawula kakhulu isekuFacebook kuphela
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment