Amaqembu ezepolitiki aqalile ukuzitholela amavoti namuhla njengoba kuwusuku lokuqala lokhetho lohulumeni bezindawo.
Namuhla kanjalo nakusasa kuzoba kuvota labo ababhalisela ukuvota okukhethekile okungabe kudalwa ukuthi banezimo zezempilo ngabe ukugula noma ukukhubazeka kanjalo nalaba abayizakhumuzi zakuleli kepha ezikwamanye amazwe.
Sekuyothi ngolwesithathu kube ukhukhulela ngoqo wokhetho nalapha kuyothi kusa ngolwesine ebe sesaziwa amaqembu adle kusuka esigcemeni kuze kuyoshaya lumkhandlu wesifunda.
Lolukhetho luthathwa njengolukhulu kunazo zonke ezake zaba khona selokhu lelizwe lathola intando yeningi kwazise maningi amaqembu ancintisanayo kulolu.
Sunday, July 31, 2016
Friday, July 29, 2016
Iphinde yahamba ekamabuyaze i NFP
Aphele nya amathemba okuthi izoba sokhethweni ngeviki elizayo ngolwesithathu emva kokuthi iphinde yayichitha unkantolo yokhetho ngesicelo sayo sokucela ukuba ingxenye yokhetho emva kokungakhokhi ngesikhathi imali ekhokhwa amaqembu uma kuzoba nokhetho.
Ngokombiko abammeli benhlangano esingethe ukhetho i IEC bathe akukho okungenziwa njengoba umthetho umile kanti futhi ukuwuchibiyela kobe kusho ukuthi akuzukuvotwa ngeviki elibuyayo kwazise sekuqedwe zonke izinsiza esizosentshenziswa okufaka ohakathi namaphepha okuvota.

Ingwijikhwebu ngokubuya ke Swallows
Emva kwegidigidi lenjabulo kubathandi beqembu le Moroka Swallows emva kokuvela kwezindaba zokuthi lithenge isitifiketi se Free State Stars izolo balale izihlathi zibuyele endaweni emva kwesitatimende esikhishwe iPSL sokuthi cha bekungamampunge ukudayiselana okukulamaqembu.
Evikini eledlule uSihlalo webhodi elingamele iPSL uDokotela Irvin Khoza wagxeka indlela loludaba oluputshuke ngayo nalapha athi bekumele uMnu Panyaza Lusufi angaqale eyikhulumele eziko lendaba nabamnika bemnik umbandela wokuthi kuthi kushaya ulqesihlanu ebe eseukhokhile u 55 Million wamaRandi nokuthiwa kwadayiselwana ngawo nokugcine kungenzekang.

Ziningi ezizothiba emgwaqeni ngenxa yesiteleka
Abashayeli bezimoto banxuswa ukuba bathelele nasezigujini uphetholo ngenxa yesiteleka senyunyana yabasebenzi i Ceppwawu esiqale izolo.
Lesitelek sabasebenzi abasebenza ezimbonini ezikhiqiza uphethilolo nokunye okungamakhemikhali kulindeleke sidonse kuze kushaye iviki elizayo ngenxa yokungaboni ngaso linye ngendaba yamaholo nokubikw ukuthi ingathi abaqashi bafuna kubuyekezwe izingxoxo.

Thursday, July 28, 2016
Ukhala ngokunganakwa umphakathi wakwaNhliziyo kayiqhaqhwa
Umphakathi wasesigodini sakwaNhliziyokayiqhaqhwa noma waseHlathini okuyisigodi esakhelwe inkosi yakwaSimelane endaweni yakwaShoba oPongolo khala ngokunganakwa ngezinto ezithinta intuthuko.
Lomphakathi omizi ebalelwa kwengaphezu kwamashumi amabili sesiside isikhathi ukhala ngokunganakwa abaholi bomphakathi kanjalo nekhansela lendawo. Ezintweni okukhalwa ngazo ukuthi nakuba inkantolo yesizwe isendaweni kodwa aawutshelwa lutho uma kuzoqashwa bantu ngamatoho avelayo, ngo2012 owayenguNgqongqoshe wezolimo uMnu Meshack Radebe wanikela ngamathanki amanzi endaweni yakwashoba zanikwa zonke izigodi koda lesi sanganikwa.
Lomphkathi ubuye wakhal ngokuthi ikhansela lendawo aulzi nangokhalo ubulicele emhlanganweni labika indlela langenza. Kubikwa ukuthi umgwao wagcina ukulungiswa kusaphethe ikhansela uMathabela ngo 2010.
Lomphakathi uthi ufuna induna yawo ezobika kuyo izikhalazo zawo.

Wednesday, July 27, 2016
Ingene kweyandulela eyamanqamu e Champions League iSundowns
Iqembu le Mamelodi Sundowns lilokhu liqhubekile njalo nouphephezelisa ifulege laseNingizimu Afrika emidlalweni ye Caf Champions league
Leliqemb lasePitoli izolo ebusuku lizibekle indawo emva kushaya iqmbu laseGibhithe i Zamalek ngo 1-0 nokube umkhonto ogazekhaya usuyophel umdlalo.
ISundowns igila lezimanga kuleidlalo emva kokubuyiselwa emva kokuthi iqembu le AS Vita club elabakhipha kweyandulela eyamaqoqo latholakala lidlalise umdlali ongagunyaziwe ukudlala nokwaholela ekutheni kufakwe iSundowns esikhundleni saleliqembu laseDRC.

Thursday, July 21, 2016
Kubukeka sekusele umndondo ku NFP ngokhetho
Umbiko wesikhulu sezokhetho uMnuzane Mawethu Mosery sokuthi alikho igama le NFP emaphepheni agayiwe okuzovotwa ngawo kuwaqede nya amathemba kubalandeli baleliqembu okuthi lizoke lingene okhethweni lomasipala oluzobanjwa ekuqaleni kwenyanga ezayo
Nakuba lingakadikibali emzameni wayo wokuthi lingene ngembobo yenalithi kulolukhetho kodwa izinkomba zibukeka sekusele umndondo ngoba sekukaningi ichithwa yinkantolo esicelweni sayo sokuncikiswa.
Nakuba lingakadikibali emzameni wayo wokuthi lingene ngembobo yenalithi kulolukhetho kodwa izinkomba zibukeka sekusele umndondo ngoba sekukaningi ichithwa yinkantolo esicelweni sayo sokuncikiswa.
Subscribe to:
Posts (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
Mfundisi Sabelo Shongwe Apostolic Church - oPongolo Ukuthula akube nani bazalwane. imphela lolu,usuku oluhle iNkosy uJesu asenzele lona...
-
UMfundisi ME Vilane uqhubekile wayiqhakambisa indawo yaso Phongolo ngobuhle obenzeka kuyona, ngesikhathi edla umhlanganiso kumiklomelo yab...
-
UHulumeni wesifundzwe sase North west uthule intuthuko yokuxhasa umphakathi ngamakalishi adle imali elinganiselwa ku R780000 Lamakalishi azo...