Thursday, October 20, 2022
kungabe ukusuza sekukhonga ukunya ngo Shalulile
Emva kwemidlalo emithathu engabonakali esikimini se Mamelodi Sundowns kuqubuke imvunge ngokunyamalala isigubhukane kuka Peter Shalulile.
Omunye wesixaxa sabaQeqeshi be Mamelodi Sundowns uthe uShalulile unyamalele ngoba elimele isicubu sethanga. Kodwa oManalaphongikutshele bathi lomgadli wase Namibia udubile kuleliqembu ngoba kunamaqembu amfuna uthuli phesheya kwezilwandle.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment