Sunday, October 9, 2022
Ube yimpumelelo uMkhuleko wasoPhongolo
Ukhukhulelangoqo womkhuleko wamabandla wonke asoPhongolo uhambe kahle kakhulu nobubanjelwe eNtabeni yasoPhondo esendaweni yakwaShoba.
Lomkhuleko bekungowokukhulekela izingozi ezidla lubi ku N2, udlame olubhekisee kwabesifazane nezingane, ubugebengu nokunye okuningi okuhlalise kabi uMphakathi wonkana wasoPhongolo.
UShlalo waBafundisi ngaphansi kukaMaspala waso Phongolo uBhishop SE Malinga ubonge wonke amabandla aphume ngothi lwawo kanjalo noMphakathi wonke wasoPhongolo ophumile wazoba yinxenye yalenkonzo
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...

No comments:
Post a Comment