uNozinti we Orlando Pirates uBrilliant Khuzwayo umemezele ukuthi usethi khumu emdlalweni kanobhutshuzwayo emva kohlushwa iqakala isikhathi eside.
lomdlali odabuka Emlaza ufike kwezimnyama ethwele ngeqoma esuka kuzimbangi zayo ezinkulu okuyi Kaizer Chiefs ngesizini edlule, kepha lokhu efikile kwezimnyama akakaze adlala ngisho owodwa umdlalo weligi kanjalo nowomkhumulajezi kwazise ubehlezi elimele nodokotela bezama ukumnyanga.
Lonozinti onemnyaka ewu 29 noqale ukugqama eqenjini laMazulu kanjalo naku Thanda Royal Zulu ngaphambi kokuyodlala kuMakhosi bekulindeleke ebonakale ngempelasonto edlule emdlalweni we Carling Black label kepha uhoxiswe ngemizuzu yokugcina ngenxa yakho ukuthunukala eqakaleni.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...

No comments:
Post a Comment