EMVA komdlalo wayizolo lapha I Cape Town City ithole isibhaxu sika 4-2 idindwa iSupersports United abukeke elimala amathuba okuthi ingaba ngompetha besicoco we Ligi.
Leliqembu elinezinyanga lakhiwe limangaze abaningi ngebhola elilidlalayo ngaphansi kobuholi buka Eric Tinkler vele selingompetha be MTN nalapha lashaya I Bidvest Wits nababangisana nayo isicoco seligi nokuyimanje yiyona eqwakele ngamaphuzu angu 57 bese ilandelwa iSundowns ngamaphuzu Angu 54 emva kwemidlalo ewu 27 kanti ezika Tinkler zinamaphuzo angu 52 emva kwemidlalo ewu 28 nokubonakala sekungaba umlingo ukuthi igudluze lamaqembu amabili base Gauteng.
Sisekuzo ezithinta iPSL uMqeqeshi wesikhashan weMarizburg United u Fadluresman Davids uqokwe njengomqeqeshi wenyanga ka April kwasekuthi uDennis Onyango nongunozinti we Mamelodi Sundowns uqokwe njengomdlali ovelele wayo belu inyanga ka April.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment