Ufike ekugcineni umbango ngobuholi bebandla laManazaretha emva kokuthi inkantolo ikhiphe isinqumo ngobuholi baleliqembu.
Inkantolo ikhiphe isinqumo sokuthi uMnu Vela Shembe nohola uhlangothi lwaseThengezinye nguyena ovunwe ilesinqumo. Lombango osuthathe isikhathi esingangeminyaka emihlanu ubuphakathi kuka Mnu Mduduzi Shembe owaziwa ngokuthi uNyazilwezulu nohola uhlangothi lwaseBuhleni.
Lombango waqala ngesikhathi kukhothama umholi walelibandla elinamalungu ayizigidi iNkosi uThingolwenkosazane.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment