Singakalaleli noqweqwe isilonda esivuleke kushona uRonald Mqwebu owayedlala indawo kaMkhize emdlalweni wamahlaya owawubizwa ngokuthi kuseMzini wezinsizwa sekuphinde kwadlula olunye uqweqwe lomlingisi walomdlalo uMnu Shadreck Bhekinkosi Ngema owayedlalà indawo yenyanga eyayibizwa ngoMagubane.
UMadlokovu nowayengumsakazi webhola emsakazweni uKhozi fm udlule emhlabeni ngokusa kwanamuhla emva kokugula isikhashana. Imininingwane yokufihlwa nesikhumbuzo sakhe ibingakacaci.
UNgema uzokhumbuleka ngegalelo alibambile emidlalweni yemoya kwazise ubebuye adlale nakuyo imidlalo yomoya yomsakazo uKhozi fm.
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...

No comments:
Post a Comment