Sihalalisela iqembu lase Mzansi labaneminyaka engaphansi kuka 23 emqhudelwaneni we CAF U23 AFCON 2015 ngokuguqisa iqembu lase lase Zambia ngamagoli ama 3 kwamabili. Lamagoli ashaywe Masuku no Motupa amabili kwathi aweZambia wona ashaywa uLuchanga no Katema. Lokhu kubeka ezaseMzansi ethubeni lokuqhubekela esigabeni esilandelayo salomqhudelwano. Uma nje bezowina futhi emdlalweni olandelayo
Subscribe to:
Post Comments (Atom)
Akasekho emhlabeni uMampintsha
Ushayeke udume lwengozi umkhakha wezomculo kuleli emva kokuzwakala kwezindaba zokudlula emhlabeni kuka Mandlenkosi 'Mampintsha' Maph...
-
U Senzo Mathebula nodume ngokuthi 'Senzohdapoet' nonethalente elimangazayo kwezokuhaya izinkondlo unesifiso sokuthuthukisa abanye ...
-
Imibiko ithi kube nokukhulu ukuphazamiseka kokusebenza egalaji likaphethilolo eShell nelidume ngokuthi kuse Emvoti plaza ngesikhathi kuqu...
-
Mfundisi Bheki KaMkhanduma Buthelezi eZio Christian Fellowship Church International kuGenesise 50:15-21, lithi: “Sebebonile abaf...
No comments:
Post a Comment